News

ABAFUNDI bakwesinye sezikole zamabanga aphezulu esiseNanda, enyakatho yeTheku - Ohlange High, bakhuthazwe ukuthi banamathele emfundweni ukuze bacabe indlela yekusasa eliqhakazile okuzosiza ukwenza ...
ISEYINDABA egudwini e-Unit 13, eMbali, eMgungundlovu, eyowesilisa okuthiwa ubulale umuntu ngesihluku kule ndawo ngenxa yentombi, enezinsuku ezimbili ededelwe ngebheyili ejele.
AMAPHOYISA abophe abasolwa abangu-14 273 ngamacala ahlukene, okubalwa kuwo awokubulala nokudlwengula, ngesonto eledlule ...
AHLUKENE phakathi amaqembu ameleleke esiShayamthetho saKwaZulu-Natal ngodaba lokuvinjwa kwabokufika abakuleli ezikhungweni ...
UMNDENI wobengumlingisi wemidlalo yomoya neyethelevishini futhi eyiphimbo loKhozi FM, uMartin Edward Ziqubu, uthi nawo ...
Inkantolo yeSifunda e-Estcourt igwebe indoda eneminyaka ewu-70 udilikajele ngokudlwengula intombazane eneminyaka ewu-12 ...
UFUNA ubulungiswa owesilisa waKwaNodwengu, eNdwedwe, okuthiwa wadutshulwa amaphoyisa esigamekweni sango-2010 maqede ...
IQEMBU lowokholo Abanqobi libonga ukwesekwa ukufa kugadla kuphindelela kulo njengoba ngoLwesibili ekuseni kudlule omunye ...
Intandokazi yomlingisi uNomzamo Mbatha isizothole isekukhulumeni ngokuyamaniswa nephini likamongameli wezwe uShipokosa ...
Omunye wabasolwa abebefunelwa icala lokuzama ukubulala udutshulwe wafa kwathi ababili balimala ngesikhathi bedubulana ...
Umdlali weBanyana Banyana, uJermaine Seoposenwe, usegcine ebhobokile ngesizathu sokuyeka ukudlalela iqembu lesizwe ...
INDLOVUKAZI ye-gqom' uBabes Wodumo izomela iNingizimu Afrika eNigeria emiklomelweni amaMusic Video Africa Awards (MVAA) ngasekupheleni konyaka. Imiklomelo kuzoba ngokwesibili ikhona nonyaka njengoba ...